ukuhamba ukubona kuchaza ukuthi ufunda lukhulu ngokuhamba lapho sizokwenza essay ka grade 11 and 12 ngalesihloko, kuhle umfundi ayibeke kanje indaba yakhe, ukuhamba ukubona ngasuka emakhaya ngiya ethekwini lapha emakhaya sibasa phansi ugesi asinawo ngafika ethekwini ngabona izimoto zezigidi kanti lapha kwelakithi sijwayele izimoto ezithutha umphakathi kuphela, izimoto ezibizwa ngamafelali ezibiza izigidi zazidlula sengathi akwenzekanga lutho, aibo bafundi angazi ngizobhala ngithini ngalesihloko kodwa ikhona lokho ukuthi waya endaweni wafunda lukhulu, ake usixoxele wayaphi ngempela wafundani lukhulu, kungenzeka hlambe ngakini aninawo amapara wahamba waya elokishini wafika kugcwele amapara wabese uyafunda ngempilo yamapara nangendlela ahlupha ngayo umphakathi.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.